Okusemqoka:
- Ukubhalisa chofa inkinobho engenhla “Login to Enroll”.
- Ukuqala isifundo chofa inkinobho engenhla “Bhalisela lesi sifundo”.
- Kufanele uphendule yonke imibuzo (quizzes) ukuze uqedele izifundo bese uthola isitifiketi sakho.
Lesi sifundo sibheka ukuthi ungaxhumana kanjani ngempumelelo ku-inthanethi usebenzisa i-imeyili. Uzokwaziswa ezinhlelweni zokusebenza zewebhu ezisetshenziselwa ukuthumela imiyalezo ngokushesha, kufaka phakathi izingcingo zezwi nezevidiyo.